Isikhumbuzo sami sansukuzonke
Monday, 15 October 2007 12:33
- Ngiyi Muslim.
- Ngiyamthanda u Allah (u Nkulunkulu)
- Ngiyamthanda u Hadhrat Muhammad (ukuthula kube kuye)
- Ngiyamthanda I Islaam.
- Ngiyaziqhenya ngokuba yi Muslim.
- Ngiyamthanda u Jesu (ukuthula kube kuye).
- U Jesu ungu Mphrofethi ka Nkulunkulu, akayona indodana ka Nkulunkulu.
- Ngiyambonga u Allah ngokungenza I Muslim.
- Impumelelo yami nempumelelo yowowonke umuntu kuze kube nguMhla wokuPhcla, kulomhlaba, ethuneni, na Kwelizayo, kulele ekuthobcleni imiyalo ka Allah njengalokhu sikukhonjiswe ngu Mphrofethi wethu othandekayo u Muhammad (ukuthula kube kuye).
- O Allah, ngenze ngiphile njenge Muslim, ngife ngiyi Muslim ngiphinde ngivuswe futhi ngiyi Muslim. Aameen.
Injongo yami empilweni wuku:
Funda i islaam, ukwenza i Islaam, ukusabalalisa i Islaam,
nokuyalela abanye ukuba benze kanjalo.
< Prev |
---|